Skip to Content

"yobumnyama"

5 occurrences in ZUL

2 kaPetru 2:4

Ngokuba uma uNk ulunkulu engayekanga izingelosi ezonileyo , kodwa wazinikela ukuba ziphonswe esihogweni , emigodini yobumnyama , ukuba zigcinelwe ukwahlulelwa,

Kwabase-Efesu 5:11

ningahlanganyeli imisebenzi yobumnyama engenazithelo , kepha kunalokho niyidalule;

KwabaseRoma 13:12

Ubusuku sebuyaphela , imini isisondele . Ngakho-ke asilahle imisebenzi yobumnyama, sihlome izikhali zokukhanya.

U-Isaya 45:3

Ngiyakukunika ingcebo yobumnyama , nemfuyo ethukusiweyo ezindaweni ezisithekileyo, ukuba wazi ukuthi nginguJehov a okubiza ngegama lakho , uNkulunkulu ka-Israyeli.

UJobe 37:19

Sifundise ukuthi siyakuthini kuye ; asinakuhlela indaba yethu ngenxa yobumnyama.