Skip to Content

"zetabernakele"

7 occurrences in ZUL

U-Eksodusi 27:19

Izimpahla zonke zetabernakele enkonzweni yalo yonke nezikhonkwane zalo zonke nezikhonkwane zegceke azibe ngezethusi.

U-Eksodusi 35:18

nezikhonkwane zetabernakele, nezikhonkwane zegceke, nezintambo zazo,

U-Eksodusi 38:20

Zonke izikhonkwane zetabernakele nezegceke nxasonke zaziyithusi. Imali yetabernakele* eyaqedwayo

U-Eksodusi 38:31

nezinyawo zegceke nxazonke , nezinyawo zesango legceke , nazo zonke izikhonkwane zetabernakele, nazo zonke izikhonkwane zegceke nxazonke.

U-Eksodusi 39:31

Babophela kuye in tambo eluhlaza ukuba abekwe phezulu esigqokweni , njengalokho uJehova emyalile uMose. Izinto zetabernakele* ziyalethwa

UNumeri 1:53

Kepha amaLevi ayakumisa nxazonke zetabernakele lobufakazi , ukuze kungabikho lulaka phezu kwenhlangano yabantwana bakwa-Israyeli, amaLevi agcine izimfanelo zetabernakele lobufakazi.

UNumeri 4:25

bayakuthwala izilenge zetabernakele , netende lokuhlangana , nesimbozo salo, nesimbozo sesikhumba samatahasi esiphezu kwalo , neveli lomnyango wetende lokuhlangana,