"zikhala"
4 occurrences in ZUL
Izinkomo zaqonda endleleni, zaya ngaseBeti Shemeshi, zahamba ngomendo, zihamba zikhala, zingaphambukeli ngakwesokunene noma ngakwesokhohlo ; amakhosi amaFilisti azilandela, aze afika emkhawulweni waseBeti Shemeshi.
Izinhliziyo zabo zikhala eNkosini ; wena lugange lwendodakazi yaseSiyoni , izinyembezi mazehl e njengemifula imini nobusuku . Mawungazivumeli ukuphumula, inhlamvu yeso lakho ingayeki.
Khona kuyakubonakala ezulwini isibonakaliso seNdodana yomuntu , bese zikhala izizwe zonke zomhlaba , zibone iNdodana yomuntu iza emafwini ezulu, inamandla nenkazimulo enkulu.
Bheka, amaqhawe abo akhala ngaphandle ; izithunywa zokuthula zikhala ngomunyu.