Skip to Content

"zilungile"

6 occurrences in ZUL

2 uSamuweli 15:3

Wathi u -Abisalomu kuye : Bheka, izindaba zakho zinhle , zilungile, kepha akukho muntu obekwe yinkosi ukuba akuzwe.

IsAmbulo 15:3

Bahlabelela igama likaMose inceku kaNkulunkulu negama leWundlu, bathi: Mikhulu, iyamangalisa imisebenzi yakho , Nkosi Nkulunkulu , Mninimandla onke; zilungile, ziqinisile izindlela zakho wena Nkosi yezizwe;

IsAmbulo 16:7

Ngase ngizwa i -altare lithi : Yebo, Nkosi Nkulunkulu , Mninimandla onke , ziqinisile, zilungile izahlulelo zakho.

IsAmbulo 19:2

ngokuba ziqinisile , zilungile izahlulelo zakhe ; ngokuba isifebe esikhulu esonakalisa umhlaba ngobufebe baso , uliphindisele igazi lezinceku zakhe esandleni saso.

IzAga 21:2

Zonke i zindlela zomuntu zilungile emehlweni akhe , kepha uJehova ulinganisa izinhliziyo.

UHoseya 14:9

Ngubani ohlakaniphile, aqonde lezi zinto ; ngubani onomqondo, azazi, na? Ngokuba izindlela zikaJehova zilungile ; abalungileyo bayakuhamba ngazo , kepha abaphambukayo bayakukhubeka ngazo.