"zisuke"
6 occurrences in ZUL
futhi angisayikuzulisa izinyawo zika-Israyeli, zisuke ezweni engalinika oyise, uma beyakugcina kuphela ukwenza njengakho konke engibayale ngakho nanjengawo wonke umthetho eyabayala ngawo inceku yami uMose.
Ngokuba yonke imithetho yakh e yayiphambi kwami , nezimiso zakhe angizivumanga ukuba zisuke kimi.
U-Abineri wathi kuJowabe : Ake zisuke izinsizwa , ziqakulizane phambi kwethu. UJowabe wathi: Mazisuke.
Ngokuba yonke imithetho yakhe yayiphambi kwami , nezimiso zakhe angivumanga ukuba zisuke kimi.
Masigqabule izibopho zabo, silahle izintambo zabo, zisuke kithina.
Wathi uMose : Bheka, ngiyaphuma kuwe ; ngiyakuncenga uJehova ukuba izibawu zimuke , zisuke kuFaro , nakuzo izinceku zakhe , nakubantu bakhe ngomuso; kodwa uFaro angabuyi akhohlise ngokungavumeli abantu ukuba bahambe bahlabele uJehova.