"zokulila"
3 occurrences in ZUL
2 uSamuweli 14:2
UJowabe wayesethumela eThekhowa , walanda khona owesifazane ohlakaniphileyo, wathi kuye: Ake uzishaye olilayo, ugqoke izingubo zokulila, ungazigcobi ngamafutha, kepha ube njengowesifazane os elilele ofileyo izinsuku eziningi,
AmaHubo 30:11
Waphendula ukukhala kwami kwaba ngukusina ; wangikhumula izingubo zami zokulila, wangembathisa ukujabula,
U-Isaya 60:20
Ilanga lakho alisayikushona , nenyanga yakho ayisayikuncipha , ngokuba uJehova uyakuba ngukukhanya okuphakade kuwe , nezinsuku zokulila kwakho ziyakuphela.