"zokuzwa"
7 occurrences in ZUL
NgokukaLuka 14:35
Akasafanele namhlabathi namquba ; uyalahlwa nje phandle; onezidlebe zokuzwa makezwe.
NgokukaLuka 8:8
Enye yawela emhlabathini omuhle; kuthe imila, yathela ngekhulu. Ekusho lokhu wamemeza wathi: Onezindlebe zokuzwa makezwe.
NgokukaMarku 4:23
Uma ekhona onezindlebe zokuzwa, makezwe.
NgokukaMarku 4:9
Wayesethi: Onezindlebe zokuzwa makezwe.
NgokukaMarku 7:16
Uma ekhona onezindlebe zokuzwa, makezwe.
UDuteronomi 29:4
kepha uJehova akaninikanga inhliziyo yokwazi , namehlo okubona , nezindlebe zokuzwa kuze kube namuhla.
UHezekeli 12:2
Ndodana yomuntu , wena uhlala pha kathi kwendlu ehlubukayo nabanamehlo okubona bengaboni kodwa , abanezindlebe zokuzwa bengezwa nokho, ngokuba bayindlu ehlubukayo.